INgunazana

Mayelana Wikipedia

Archaea

INgunazana iyisidlangala seziphili ezinengqamuzana elilodwa. Lezi ziphilincinci ziswele iNdeni yengqamuzana ingakho zibizwa izinswelandeni. Izingunazana ekuqaleni zazibizwa Izinungwana, kodwa lokho kwabuye kwalungiswa ngenxa yokungafani nazo.